Skip to Main Content

Imojuli Yolwazi Lokukwazi Ukufunda Nokubhala eku-inthanethi: Ithuthoriyali 7: Ulwazi ngomlando womuntu nesifundo

Translation

Ukucinga ikhathalogi yaseLayibhrari (UJLink)

Ukucinga nge-UJoogle

ISINYATHELO 1: Ulwazi ngesifundo sempilo yomuntu

Umthombo Imininingwane Isibonelo Kutholakala kuphi?

Izincwadi

  • Ulwazi oluphelele
  • Ulwazi olucwaningisisiwe
  • Ulwazi oluyisisekelo nolwesibili
  • Ulwazi lwangaphambilini nomlando
  • Imibhalo yeminye imithombo 
  • Ulwazi lungahlolwa ukunemba
  • Ishicilelwa kanye ngezinye izikhathi kungezwe
  • Isimo: Ikhophi noma nge-elekhthroniki
●    Isihloko: Ukungcoliswa kwamadolobha nobungozi kwezempilo

Ikhathalogi yaseLayibhrari

 

Ama-encyclopaedia

 
  • Incwadi eyireferensi enikeza ulwazi ngezihloko ezivamile noma izihloko ezikhethekile.
  • Ulwazi luphelele futhi  lunesisindo
  • Kuqukethe imininingwane eyiqiniso
  • Kuqukethe imifanekiso
  • Isimo: Ngekhophi noma nge-elekthronikhi
  • Kuyasiza ngolwazi lomlando

Okuvamile:

  • I-Encyclopaedia Britannica
  • i-Encyclopedia yakwa-Oxford enemifanekiso 

Isihloko:

  • I-Encyclopedia yezenkolo
  • I-Encyclopedia ye Sociology

Ikhathalogi yaseLayibhrari

Ama-encyclopaedia izincwadi zokureferensa kanti awabolekwa ngaphandle kokuthi uma eyi-elekthronikhi. 

 

 

Amajenali ezemfundo
  • Ulwazi olujulile
  • Iqukethe okungaqondakali
  • Ibhalwe ngolimi lwezemfundo
  • Ihlose umphakathi wezemfundo
  • Ama-athikili abhalwe ngochwepheshe emikhakheni yabo yokufunda
  • Kubuyekezwe ontanga
  • Amashadi namagrafu
  • Ucwaningo lwakamuva ngesihloko
  • Uhlu lweminye imithombo 
  • Ulwazi lungahlolwa  ukunemba
  • Iziqinisekiso zomlobi/zabacwaningi zihlinzekiwe
  • Ishicilelwe ngemiqulu nangezihloko
  • Kuyatholakala kuphrintiwe noma kumininingwane wejenali ye-elekthronikhi
  • Ijenali yelayibhrari  nolwazi lweSayensi 
  • Ijenali yeSayikholoji yaseMelika Ijenali Yezokwelapha yaka-Harvard
     

Ikhathalogi yaseLayibhrari nemininingwane 

  • Amajenali ayatholakala  ngekhophi noma angatholakala kumininingwanene (iqoqo lemininingwane ehleliwe engatholakala ngokuchofozwa komunwe)
  • Imininingwane ihlelwa ngomkhakha. 
  • Kuhle kakhulu ukuqala ngemikhakha eminingi (izifundo emikhakheni ehlukene njenge-Ebsco. 
  • Lokhu kuzokwandisa izinketho zakho lapho ukhetha khona.

Izinhlolokhono  

  • Izinhlolokhono izindlela ezinhle zokufunda ngesihloko ngokombono womuntu.
  • Uma ukhetha umuntu ozohlolwa ikhono, qinisekisa ukuthi ukhetha umuntu onegunya, umuntu ozokwazi ukukunikeza ulwazi olunembayo.
  • Izifundo ze-Caste 
  • Ulwazi ngempilo yomuntu 
  • Ulwazi lokuqala eliyingqayizivele

Amaphephandaba

  • Ulwazi lwansukuzonke
  • Imvamisa aqukethe izindaba zendawo nezehlakalo 
  • Abhalwe abalobi, izintatheli kanye nofakazi 
  • Kuhloswe izethameli ezijwayelekile.
  • Afaka ulwazi olusagrafu
  • Angashicilelwa nsukuzonke noma ngeviki
  • I-The Star
  • I-City Press

Amawebhusayith

  • Amakhasi axhunywe ngeqoqo kuwebhu yomhlaba wonke
  • Ulwazi lwenhlangano (.org)
  • Ulwazi lokuthengisa (.com)
  • Ulwazi lwezemfundo (.edu)
  • Ulwazi ngomuntu ngamunye
  • Ulwazi lwenkampani
  • Imithombo yokuxhumana
  • Ulwazi angeke luhlale luqinisekiswa noma luhlolwe ukunemba
  • Ulwazi olubhaliwe
  • Ulwazi olubonwayo
  • Imithombo eminingi yezindaba
  • Ayasebenzisana
  • Ulwazi lugxile esihlokweni esisodwa noma ezihlokweni eziningi ezisondelene
  • Amabhodi emilayezo
  • Izinkundla Zomphakathi zokuxhumana
  • Amajenali ezemfundo (njll.)
  • I-webhusayithi yomhlaba wonke