Skip to Main Content

Imojuli Yolwazi Lokukwazi Ukufunda Nokubhala eku-inthanethi: Ithuthoriyali 3: Liyini ilungelo lokushicilelwe?

Translation

ISINYATHELO 2: Ividiyo - Ilungelo lokushicilelwe nokusetshenziswa okulungile kolwazi

Buka le vidiyo ubone ukusetshenziswa kahle kolwazi nelungelo lokushicilelwe.

Umthobo: Common Sense Educators

I-DALRO – ILUNGELO LOKUSHICILELWE KWEZEMIDLALO, EZOBUCIKO, UBUCIKO OBUBONWAYO NOBUBHALIWE ENINGIZIMU AFRIKA

Ubuwazi ukuthi udinga ilayisense yokukhiqiza ucezu lokuqukethwe oluvikelwe yilungelo lokushicilelwe? I-DALRO yinhlangano yezolwazi yezinhloso ezahlukahlukene eyazi konke mayelana nelungelo lokushicilelwe.

ISINYATHELO 1: Liyini ilungelo lokushicilelwe?

I-Creative Commons

I-Creative Commons yinhlangano engenzi inzuzo yaseMelika egxile ekwenzeni umsebenzi wokuqamba utholakale kwabanye, lapho-ke sebengasebenzisa futhi bathuthukise imisebenzi yokulinganisa ngokusemthethweni futhi babelane nabanye. Le nhlangano ikhiphe amalayisense amaningi amalungelo wokushicilelwe mahhala emphakathini, aziwa ngokuthi ngamalayisense we-Creative Commons.