Ngemuva kokubuka leli khasi, kumele usebenze kuma-thuthoriyali, uqale ngethuthoriyali 1.
ITHATHA ISIKHATHI ESINGAKANANI LE YUNITHI?
Amahora angu-4 (imizuzu engu-240)
Ezingeni lokufunda, uNeo kufanele afunde kabanzi nangeminye imithombo esihlokweni asinikeziwe. Uthisha wakhe wamnikeza uhlu lwemithombo okufanele ayibuke (lokhu kufaka ukufunda okuqokiwe kanye nokufunda okunconyiwe). Ukuze uNeo akhombise uthisha wakhe ukuthi uyasiqonda isihloko, udinga ukufunda esebenzisa imibhalo ehlukene. Ngakho-ke, kungcono ukwazi umehluko phakathi kwemithombo ehlukile.
Ekupheleni kwale yunithi uNeo uzokwazi: