Ilayibhrari inezinsiza ezigcwele ze-elekthronikhi. Kutholakala zonke izinsiza ze-elekthronikhi lapha.
Izinsiza zaselayibhrari zenziwe ngendlela yokuthi zisize umfundi wesimanje wanamuhla, onjengoNeo, ngezindawo eziningi zokuhlala ukuhlomisa abafundi ukuba bafinyelele izinjongo zabo zezemfundo.
UNeo kufanele ayibuke le vidiyo yezinsizakalo zelayibhrari yase-UJ.
Ukuphrinta nezithombe kwenziwa ku-Konica Minolta; noma ngabe yimiphi imibuzo onayo thinta: 011 559 2184.
Le ndawo iyatholakala elayibhrari yase-APK, APB, DFC nase-SWC (hhayi elayibhrari yaseFADA)
Lendawo ivulwa unyaka wonke. Ivalwa KUPHELA ngamaholidi kaDisemba.
Bona ukuthi ungaxhuma kanjani kwi-Wi-Fi lapha.