Skip to Main Content

Imojuli Yolwazi Lokukwazi Ukufunda Nokubhala eku-inthanethi: Ithuthoriyali 6: Ilayibhrari e-elekthronikhi

Translation

ISINYATHELO 4: Izifundo ezigodliwe ze-elekthronikhi (ECR)

  • I-ECR (Electronic Course Reserve) yenza uNeo afinyelele ezintweni ezibekelwe isifundo esithile.
  • Lokhu kungaba izincwadi eziqokiwe, izahluko ezinconyiwe, njll.
  • UNeo angafinyelela okokusebenza kwesifundo sakhe ngokuthayipha igama lesifundo noma ngokucinga, esebenzisa igama lomfundisi wakhe.
  • Cofoza lapha ukuthola indawo yezifundo ze-elekthronikhi.

Ividiyo: Ungayithola kanjani indawo yezifundo ezigodliwe

Ividiyo: Ungayidawuniloda kanjani incwadi ye-elekthronikhi

ISINYATHELO 1: Ilayibhrari ye-elekthronikhi

I-asayinimenti kaNeo ngamafuphi isho icacisa ukuthi kufanele afune futhi afunde okubili okuqokiwe nokunconyiwe, kodwa uNeo akazi ukuthi uzokutholaphi lokho okufundwayo. Thinta phezu kwesithombe ukuze ufunde mayelana nelayibhrari yethu ye-elekhronikhi.

 

ISINYATHELO 5 Idathabheyisi

Thinta phezu kwesithombe ukuze uthole ukuthi iyini idathabheyisi

UNeo udinga iphasiwedi yakhe yomfundi wase-UJ ukuze afinyelele kudathabheyisi yaselayibhrari. Cofoza lapha ukubuka amadathabheyisi aselayibhrari yethu.

ISINYATHELO 6: Isiqondiso sesifundo seFakhalithi

Yonke imininingwane uNeo adinga ukuyazi ngezinsiza zeFakhalithi yakhe.

ISINYATHELO 2: I-UJlink YAMI

I-UJLink yami ilayibhrari kaNeo emvumela ukuvuselela izinto ku-Inthanethi.
Ibuye igcine nohlu lomlando wokuboleka kukaNeo elayibhrari.
Abasebenzi base-UJ kuphela nabafundi ababhalisile abakwazi ukuvuselela izinto zabo ku-Inthanethi.
Cofoza lapha ukuze uyifinyelele

ISINYATHELO 3: Ikhathalogi yaseLayibhrari (UJLink)

Ikhathalogi yaselayibhrari ingathathwa njengenkomba yelayibhrari (efanayo nenkomba yencwadi). Itshela uNeo ngqo lapho izinto ezingahlangabezana nezidingo zakhe ezithile zingatholakala khona futhi angabheka kukhathalogi esebenzisa amagama asemqoka, amabinzana, izihloko zencwadi, ababhali nenombolo yokuhlela.

STEP 7: UJoogle - cinga kanye uthole konke

Leli yithuluzi lokucinga elilodwa lokuthola konke likaNeo. Ivumela uNeo ukucinga izincwadi eziphrintiwe neze-elekthronikhi, amadathabheyisi, kanye ne-Inthanethi. Cofoza esithombeni ukufinyelela i-UJoogle.

Ividiyo: Ungayidawuniloda kanjani incwadi ye-elekthronikhi etholakala ku-Overdrive