Skip to Main Content

Imojuli Yolwazi Lokukwazi Ukufunda Nokubhala eku-inthanethi: Ithuthoriyali 2: Hlola ulwazi

Translation

ISINYATHELO 2: Ividiyo yokuhlola ulwazi

Buka le vidiyo yokuhlola ulwazi. 

Umthombo: Western Libraries

ISINYATHELO 3: Kungani ngingaGuguli nje?

Buka le vidiyo ukuthi kungani ukusebenzisa iGuguli yodwa kungenele ukwenza ucwaningo.

Umthombo: Library La Trobe University

ISINYATHELO 5: Izindaba mbumbulu eziphezulu

Funda mayelana nezindaba mbumbulu

ISINYATHELO 1: Indlela yokuhlola

UNeo kufanele akhumbule njalo ukuhlola ulwazi ngaphambi kokunquma ukulusebenzisa, ngaphandle komthombo wolwazi (izincwadi, amajenali, amaphephandaba ne-Inthanethi) 
Ukuhlola ulwazi — Ukusebenzisa ukuhlola kwe-CRAAP (esuka eNyuvesi yase-California State, e-Chico) eyenziwe ngu-Sarah Blakeslee elayibhrari i-Meriam, ukuhlola kwe-CRAAP yindlela enhle kakhulu yokuhlola noma yiluphi ulwazi, kufaka namawebhusayithi. Ukuhlola kwe-CRAAP uhlu lwemibuzo yokuthola ukuthi ngabe ulwazi uNeo afuna ukulusebenzisa luthembekile yini.

 

ISINYATHELO 4: Uzibona kanjani izindaba mbumbulu