Skip to Main Content

Imojuli Yolwazi Lokukwazi Ukufunda Nokubhala eku-inthanethi: Ithuthoriyali 9: Ukuqhathanisa imithombo eyisisekelo nemithombo yesibili

Translation

ISINYATHELO 1: Ukuqhathanisa imithombo eyisisekelo kanye nemithombo yesibili

  • Umthombo wesisekelo umbhalo noma into ebambekayo eyayibhalwe noma eyenziwa ngesikhathi socwaningo.
  • Umthombo wesibili uhumusha futhi uhlaziya imithombo eyisisekelo. Lemithombo iqhelile kancane noma ayikho nqo kuleso sehlakalo soncwaningo. Imithombo yesibili kungenzeka ibe nezithombe, okucashuniwe noma imidwebo yemithombo yesisekelo kuyona.