Skip to Main Content

Imojuli Yolwazi Lokukwazi Ukufunda Nokubhala eku-inthanethi: Ithuthoriyali 3: Ukusetshenziswa kokuqunta nokwengeza

Translation

ISINYATHELO 1: Ukuqunta

Ukuqunta kuchaza ukunciphisa okuthize.

Ngemuva kokuthola wonke amagama afanele okucinga, uNeo kufanele athathe isinqumo sokuthi uzowanciphisa (*,?) yini amagama, ukwandisa isu lokucinga. Ukunciphisa kungasetshenziselwa ukugcina ukucinga esiqwini segama.

  • Isibonelo: Searching for politi* will find information on politics, politicians, political, politically. Do not truncate too early in the word, as poli* will also find information on police, polite, policy. Some search engines also use wildcard searching, where Neo can use organi*ation to search for organization or organisation.
  • Isibonelo: Wom?n
  • Kuzotholakala ulwazi ngabesifazane noma ngowesifazane
  • Ukuqunta okuphakathi kulusizo ikakhulukazi ukuhlinzeka ngokwehluka kwesibizelo

 

ISINYATHELO 2: Ukwengeza

Ukwengeza izimpawu () noma “” ezikaka amagama ukukhombisa ukuthi okungaphakathi kufanele kugcinwe ndawonye.

Isibonelo: “Conceptual art” izokupha imiphumela ehlukile kune Conceptual art. Ukusebenzisa uphawu labakaki kubonisa ukuthi iqoqwana lamagama lizokutholela imiphumela emincane futhi engcono.


Isibonelo sokwengeza kusetshenziswa abakaki