Amathuthoriyali nezibonelo zichazwe ngendlela yokureferensa ka-Harvard.
Ukucaphuna
Lapho uNeo ekhuluma ngomsebenzi womunye umbhali ku-asayinimenti yakhe kufanele aveze imithombo yakhe ngokunikeza isibongo sombhali nonyaka wokushicilela.
Ukureferensa
Ekupheleni komsebenzi kaNeo, ngaphansi kwesihloko esithi 'Uhlu lwemithombo' noma 'Ukureferensa', noma 'imithombo efundiwe', kufanele abhale incazelo ephelele yomthombo ngamunye awuvezile, ayibhale ngokulandelana kwamagama ngesibongo sombhali.
UNeo udinga ukucaphuna amareferensi ukuze:
UNeo kumele acaphune imithombo yakhe uma: