Skip to Main Content

Imojuli Yolwazi Lokukwazi Ukufunda Nokubhala eku-inthanethi: ● Ithuthoriyali 1: Ukusabalalisa imiqondo ngesihloko

Translation

ISINYATHELO 3: Ividiyo – Ukuhlela isihloko sakho socwaningo

Le vidiyo yethuthoriyali ikhombisa ukuhlelwa kwesihloko socwaningo ngemininingwane.

Umthombo: UCLA Library

 

 

ISINYATHELO 1: Sabalalisa imiqondo ngesihloko sakho socwaningo

Khumbula: Ucwaningo lumayelana nolwazi nokuthi umuntu ukhetha ukulusebenzisa kanjani lolo lwazi. Ukusabalalisa isihloko kusiza ukuthola ulwazi. Uma isihloko sikaNeo sinezingxenye ezimbalwa, isibonelo, ukuhlaziywa kokwenziwa kwezilwane zasekhaya, angahlukanisa isihloko sakhe ngezingxenye bese asicwaningele eceleni. Lokhu kuzomnika ukuqonda isihloko sakhe kanti angakwazi ukuthola isithombe esiphelele. UNeo kufanele ebe esethola indlela yokusisebenzisa ngokuphelele. Okusho ukuthi kufanele sihlale sihambisana nesihloko esikhulu.  Isibonelo:

ISINYATHELO 2: Hlela isihloko

Uma uNeo ehlela isihloko sakhe eveza yonke imininingwane, sinikeza isakhiwo. UNeo ke anganquma ukuthi uluhlukanisa kanjani ulwazi:

  • Ngabe kukhona okwenzekayo ngesikhathi esithize?
  • Umbono ungahlukaniswa kahle ngezingxenye zamalunga?
  • Ngabe bukhona ubudlelwane phakathi kwezingxenye zesihloko noma umqondo?

UNeo kufanele abhale umqondo omkhulu ngamunye, isihloko esikhulu, noma ehlise ahlukanise lokhu ngezigaba ezinkulu.

                                                                         

Leli balazwe likhombisa ezinye zezimpawu ezisemqoka uma kusatshalaliswa imiqondo.
Fraser, K. (1996). Student centred teaching: the development and use of conceptual frameworks.
Herdsa Green Guide. ACT, Australia: HERDSA: 3