Skip to Main Content

Imojuli Yolwazi Lokukwazi Ukufunda Nokubhala eku-inthanethi: Ithuthoriyali 2: Inqubo ngoLwazi Lokukwazi Ukufunda Nokubhala

Translation

ISINYATHELO 2: Ividiyo – Ulwazi lwekhulunyaka lama-21

Buka le vidiyo kulokho okuchaza ulwazi lokukwazi ukufunda nokubhala kwekhulu nyaka lama-21

ISINYATHELO 1: Inqubo ngolwazi lokukwazi ukufunda nokubhala

UNeo kufanele akwazi ukubona ukuthi izinhlobo ezahlukahlukene zolwazi ziyadingeka ukwenza izinhlobo ezahlukahlukene zama-asayinimenti. Kufanele futhi akwazi ukubona izidingo zolwazi zalawo ma-asayinimenti futhi anqume uhla lwemithombo edingekayo; athole ulwazi oludingekayo bese ulusebenzisa ezinhlotsheni ezahlukene zezihloko. Ngakho-ke, yini uNeo okudingeka ayenze?

 

 

 

 

 

 

 Isithombe sinikezwe ngesihle yieslprintable.com

Isinyathelo 1. Yakha imibuzo ngokuya ngesidingo solwazi lomuntu.


Isinyathelo 2. Yakha uhlelo lokucwaninga: 

Isinyathelo 3. Ukwazi ngesihloko socwaningo


Isinyathelo 4. Lungisa isihloko socwaningo


Isinyathelo 5. Khomba imiqondo esemqoka

Isinyathelo 6. Khomba izinhlobo ezahlukahlukene, izinhlelo kanye nokusetshenziswa kwemithombo yolwazi: