Le vidiyo ikhombisa ukuthi usetshenziswa kanjani umshini wokuzikhiphela izinto elayibhrari.
UNeo wazitholela ezinye izincwadi ezingamsiza ngesihloko se-asayinimenti futhi ufuna ukuziboleka elayibhrari. UNeo kumele abuke le vidiyo ukuthola kabanzi ngomsebenzi wendawo yokushintshanisa.
Uhlobo lweklayenti | inani lezinto | Isikhathi |
Abangakatholi iziqu | 6 | 14 |
Asebeneziqu | 16 | 30 |
Abasebenzi base-UJ | 30 | izinyanga ezi-2 |
Qaphela:
UNeo angavuselela izincwadi ezibolekiwe kabili ku-Inthanethi bese kuba kanye elayibhrari.
Kukhokhwa inhlawulo ngezinto ezingabuyiswanga ngosuku noma ngaphambi kosuku olubekiwe.