Umthombo |
Imininingwane |
Isibonelo |
Kutholakala kuphi? |
Izichazamazwi
|
- Incwadi eyinkomba ngesihloko nezinto ezithize ihlelwe ngokulandelana kwemisindo
- Inikeza incazelo nokulingana kwamagama
- Inikeza amagama alinganayo ezilimini ezahlukene
- Ichaza amagama athize
- Isimo: Ikhophi noma kube ku-Inthanethi
- Isebenziseka ukuthola ulwazi lwangaphambilini noma izincazelo
- Incwadi eyinkomba enikeza imininingwane ngezihloko ezijwayelekile noma ngezihloko ezithize.
- Imininingwane iphelele futhi inegunya
- Kuqukethe imininingwane eyiqiniso
- Kuqukethe imifanekiso
|
- Isichazamazwi sesiNgisi sakwa-Oxford
- Isichazamazwi somculo sakwa-Harvard
- Ithesarasi yesiNgisi yakwa-Collins
|
Ikhathalogi yaseLayibhrari
Izichazamazwi yizincwadi okubhekwa kuzona kanti azibolekisi ngaphandle kokuba ku-Inthanethi.
|
Ama-encyclopaedia
|
- Incwadi eyinkomba enikeza ulwazi ngezihloko ezivamile nezithize.
- Ulwazi oluphelele olunegunya
- Aqukethe ulwazi oluyiqiniso
- Aqukethe imifanekiso
- Isimo: ikhophi noma ku-Inthanethi
- Usizo ngolwazi lwangaphambilini nolomlando
|
Okuvamile:
- I-Encyclopaedia Britannica
- I-Encyclopedia enemifanekiso yakwa-Oxford
Isifundo:
- I-Encyclopedia yezenkolo
- I-Encyclopedia yeSosiyoloji
|
Ikhathalogi yaseLayibhrari
Ama-encyclopaedia izincwadi okubhekwa kuzona futhi azibolekisi ngaphandle kokuthi aku-Inthanethi.
|
Amawebhusayithi
|
- Iqoqo lamakhasi axhumene kuwebhu yomhlaba wonke
- Ulwazi lwenhlangano (.org)
- Ulwazi ngezohwebo (.com)
- Ulwazi ngezemfundo (.edu)
- Ulwazi ngomuntu ngayedwana
- Ulwazi ngenkampani
- Ukuxhumana komphakathi
- Ulwazi lungehlale luqinisekiswa noma luhlolwe ukunemba
- Ulwazi ngombhalo
- Ulwazi olubonwayo
- Ukuxhumana okuningi
- Ukuhlangana
|
- Ulwazi lubhekiswe esihlokweni esisodwa noma izihloko ezimbalwa ezihlobene
- Amabhodi emiyalezo
- Izinkundla zomphakathi zokuxhumana
- Amajenali ezemfundo (njll.)
|
Iwebhusayithi yomhlaba wonke
|