Skip to Main Content

Imojuli Yolwazi Lokukwazi Ukufunda Nokubhala eku-inthanethi: Ithuthoriyali 4: Ulwazi ngomlando

Translation

ISINYATHELO 1: Ulwazi ngomlando

Umthombo  Imininingwane Isibonelo Kutholakala kuphi?
Izincwadi

  • Ulwazi oluphelele

  • Ulwazi olucwaningisisiwe

  • Ulwazi oluyisisekelo nolwesibili

  • Ulwazi lwangaphambilini nomlando

  • Imibhalo yeminye imithombo

  • Ulwazi lungahlolwa ukunemba

  • Ishicilelwa kanye ngezinye izikhathi yengezwe

  • Isimo: Iphrinti noma nge-elekthronikhi

  • Isihloko: Ukungcoliswa kwamadolobha nobungozi kwezempilo

Ikhathalogi yaseLayibhrari

Ama-Encyclopaedia

  • Incwadi eyireferensi enikeza ulwazi ngezihloko ezivamile  noma izihloko ezikhethekile.
  • Ulwazi luphelele futhi lunesisindo
  • Kuqukethe imininingwane
  • Kuqukethe imifanekiso
  • Isimo: Iphrinti noma nge-elekthronikhi
  • Kusiza ngolwazi lomlando

Okuvamile:

  • I-Encyclopaedia Britannica
  • i-Encyclopedia yakwa-Oxford enemifanekiso

Isihloko:

  • ​​​​I-encyclopedia yezenkolo
  • I-encyclopedia yeSosiyoloji​​​

Ikhathalogi yaseLayibhrari

Ama-encyclopaedia izincwadi zokureferensa kanti awabolekwa
ngaphandle kokuthi uma eyi-elekthronikhi